 |
Cancun Mexico. Ukuvalwa ngezi11 sikaZibandlela kwe 16th Conference of the Parties. Lomhlangano obumayelana nokushintsha kwesimo sezulu., eCancum lapho isimo sezulu besisihle kakhulu, uchazwe yizihambeli kanye nezintatheli eziningi njengokunqoba, isinyathyelo esiya phambili.Ekhuluma ngokuqhosha uMnumzane Todd Stern obehola iqembu lezihambeli zaseMelika uthe, “Okwaqala kuyimicabango, kungakavunyelwana ngakho, kodwa manje sekuvunyelwene futhi kwahlaziwa kabusha ngokwenaba.”
Read Publication 
|