CCS
CCS Events
CCS Libraries
About CCS
CCS Projects
BRICS
CCS Highlights


Publication Details

Reference
Burger, Vanessa Translation ka-Manzi, Faith  (2014) Deadly economic violence of the big banks (Udlame olubulalayo lezomnotho lwamabhange amakhulu).  : -.

Summary
Parasitic banks, unscrupulous credit providers and their leech-like attorneys, spawned by an obscenely bloated capitalist system, suck the life-blood from increasingly impoverished lower classes in South Africa with utter impunity. Some 11 million over-indebted people are victims of this economic violence

I first met - let’s call her Rosie - in 2010. She had an 18-year-old daughter, we will call her Zoe, who had been raped repeatedly by her biological father from the age of four, the trauma of which had left her with uncontrolled seizures, severe depression, other serious psychological disorders and HIV infection. Zoe lived far away from her mom so she could be close to a school and clinic. Every month, Rosie would send home most of her R1200 weekly salary to support Zoe and her grandmother who was at the time receiving treatment for MDR TB and was also HIV positive. After Zoe was diagnosed and began antiretroviral treatment, her mental and physical health improved significantly as did her school marks.

Life was very difficult for Rosie who also supported two other children and her salary did not keep pace with basic living expenses. The cost of commuting most weekends to check on Zoe and her granny became unaffordable and over time, Rosie ended up taking three small loans, totaling just under R40,000 from Standard Bank in order to feed her family.

At first, Rosie managed the monthly repayments by working extra shifts at the small factory where she was employed. But when the factory put most workers on ‘short time’, life for Rosie and her family quickly unraveled.

Rosie is the second wife of a factory worker. Although he did his best to support Rosie and her children, who were not biologically his, money was also needed to support his rural family. When Rosie’s husband was also put on ‘short time’, the wheels fell off.

No longer able to afford the interest-bloated monthly loan repayments, Rosie quickly fell into arrears. Standard Bank added to the family’s rapidly escalating socioeconomic misery by attaching debit orders to Rosie’s account for the full amount of her weekly salary. Standard Bank did not approach Rosie for authorization or even consult her when activating the debit orders; they merely cleared her account like a 419 scammer.

Rosie was unaware the Consumer Protection Act and other legislation that deems such practices illegal and for six months was unable to feed, clothe, visit, or even telephone her daughter. Zoe and her granny’s health deteriorated rapidly. As everyone knows, good nutrition is vital for HIV-positive people, especially when on ARV treatment. Zoe’s weight dropped to 35 kg and she was hospitalized twice.

Rosie says things are improving as she has repaid the bulk of her debt and is relieved Standard Bank now only takes around 60 percent of her weekly salary instead of everything. She hopes Zoe and her granny will make it. Her brother is also trying to help the family although he is unemployed.

Rosie cannot take this matter to court because her employer will not pay her for time taken off to seek legal aid. So she must simply accept her family is just another of the 11 million over-indebted South Africans who are victims of economic violence. If Zoe dies, Standard Bank will, in effect, have her blood on their hands, but few will connect the dots between current economic and political systems that entrench such murderous exploitation.

Parasitic banks, unscrupulous credit providers and their leech-like attorneys, spawned by an obscenely bloated capitalist system, suck the life-blood from increasingly impoverished lower classes. The extreme distress induced by these practices was manifested most spectacularly in 2012, when thousands of desperate, poorly paid, over-indebted Marikana mineworkers, while striking for a R12 500 per month living wage, refused to back down and chose to face cop bullets in a last stand bid to escape the suffocating squeeze of the omashonisa (money lenders). Debt for the Marikana mineworkers, indeed for an increasing number of South Africans, has literally become life threatening.

Reckless lending, irrational interest rates that, over time, fantastically inflate the sum of the original loan, strong-arm debt recovery tactics such as threats of legal action and telephone harassment, and general disregard for the law – as can be seen in Rosie’s case - indicate the criminal predisposition of Big Banking. These practices and their results, threaten to undermine every level of society and aspect of our lives – from environmental health, as seen in the World Bank’s continued finance for dirty energy projects such as the Medupi power plant; to furthering gender inequality, in Swaziland’s recent loan for a ‘virginity stipend’ supposedly to fight HIV infections among young girls; to the proliferation of crime and social decay – the dirty hands of Big Banking may be found lurking in the background.

Many of the 11 million affected South Africans can confirm that the big banks’ well-documented avoidance of consumer protection legislation such as the National Credit Act, the Just Administration Act and Consumer Protection Act, often leads to gross constitutional and human rights violations. In worst-case scenarios such as the Marikana tragedy and Zoe’s instance, these violations would appear to constitute, if not attempted murder, then at least extreme economic violence.

Despite South African Communist Party's head comrade Blade Nzimande's tired rhetoric at the recent "Red October" 2014 launch, parliamentary posturing of the as yet unproven Economic Freedom Fighters' fancy dressers, and the breathless promises made on mainly middle-class (mainly white) NGO websites such as the New Era, real challengers to South Africa's abusive economic regime have yet to emerge.

Is it not time such abuse of financial power was combated in the manner best suited to those who value human life as secondary to the enrichment of the already rich – by hitting them in their pockets? Is it not time to pit the power of the people against the pull of the rand and implement economic sanctions against big banking by calling for mass debt default? The financial sector would do well to consider its tenuous hold over the rage, frustration and desperation of the masses it currently enslaves. Its power cannot last. We cannot afford to let it.
pambazuka.org

Vanessa Burger is a Dennis Brutus Community Scholar at the Centre for Civil Society based at the University of KwaZulu-Natal, a provincial member of the Democratic Left Front and Right2Know Campaign and works closely with organisations such as the South Durban Community Environmental Alliance, uBunye Bamahostel, the Poor Flat Dwellers Movement and the KZN Violence Monitor.

THE VIEWS OF THE ABOVE ARTICLE ARE THOSE OF THE AUTHOR/S AND DO NOT NECESSARILY REFLECT THE VIEWS OF THE PAMBAZUKA NEWS EDITORIAL TEAM

Udlame olubulalayo lezomnotho lwamabhange amakhulu
NguVanessa Burger Umhumushi nguFaith ka-Manzi 24 October 2014

Amabhange aphila ngokuthatha izimali zamazwe nabantu, amabolekis bezimali abangenanembeza kanye nabameli babo, abandiswa isimo esinonophele ngokubi kakhulu songxiwakulu kubantu abaphila ngamzinga aphansi kakhulu abahlwempu eNingizimu Afrika ngaphandle kokwesaba.

Amabhange amunca igazi labantu, ababolekisi ngezimali abangenanembeza kanye namameli babo nabo amamunca igazi labantu, okwandiswa isimo sobungxiwankulu esisabalele, esimunca igazi labantu amaphila emazingeni aphansi eNingizimu Afrika ngaphandle kokusaba umhthetho. Abantu ababalelwa kwizigidi eziyishumi nanye zicwile ezikweletini futhi bayizisulu zodlame lwezomnotho.

Ngaqala ngokuhlangana naye – asimbize ngokuthi uRosie – ngonyaka ka2010.

Wayenendodakazi eneminyaka eyishumi nesishagalombili, esizoyibiza ngoZoe, obesedlengulwe izikhawu ezimabalwa ngubaba wakhe kusukela enemimyaka emine, ukuhlukumezeka asale nakho kwamenza waba nokudlidliza okungalawuleki, ukuba nengcindezi kakhulu emphefumlweni, kanye nokunye ukuphazamiseka kakhulu ngengqondo okunhlobonhlobo kanye neokuphila negciwane lengculazi. UZoe ubehlala kude kakhul;u kunoMama wakhe ukuze abe seduze nasesikoleni nasemtholampilo. Njalo ngenyanga, uRosie uphethumela ekhaya ingxenye enkulu yeholo lakhe langesonto elinguR1200 ukuxhasa uZoe kanye nogogo wakhe ngalesosikhathi owayelashelwa iMDR yeTB kanye nokuphila negciwane lengculazi. Emva kokuba uZo, esetsheliwe ukuthi unaleligciwane futhi waqala ukudla imishanguzo, sisimo sakhe sempilo ngokwegqondo kanye nagomzimba saba ngcono kakhulu kanti futhi wenza kakhulu futhi nasezifundweni zakhe esikoleni.

Impilo yayinzima kakhulu kuRosie futhi owayebuye axhase izingane ezimbili kanti futhi holo lakhe lalingakwazi ukumelana nezidingo ezibalulekile. Inani lokuhamba ngezimpelaviki ukuyobheka uZoe kanye nogogo wakhe kwakungasenzeki emva kwesikhathi, uRosie wagcina esethatha imali ebolekiswayo, eyafika ku40,000 wamarandi kwaStandard Bank ukuze akwazi ukondla umndeni wakhe.

Ekuqaleni, uRosie wakwazi ukukhokha njalo ngenyanga ngokusebenza isikhathi esingeziwe embonini encane lapho ayeqashwe khona. Kodwa ngesikhathi lemboni isifaka bonke abasebenzi kwisikhathi esinciphisiwe, impilo kaRosie kanye neyomndeni wakhe yashesha yevela obala.

URosie ungunkosikazi wesibili womsebenzi wasembonini. Noma-ke wayenza konke okusemandleni akhe ukuxhasa uRosie kanye nezingane zakhe, ngisho ezingazalwa uyena, imali kwakudingeka nokuthi futhi ixhase umndeni wakhe osemaphandleni. Ngesikhati-ke nomyeni kaRosie naye esencishiselwa isikhathi sokusebenza, yaqala-ke inkinga.

Engasakwazi ukukhokhela inzalo esinyuke kakhulu yesikweletu okufanele asikhokhele nyazonke, uRosie wavela washesha waselela ngemuva futhi yanyuka nenzuzo. iStandard Bank lase lengezala kusizi olwalunyukela kwezenhlalakahle kanye nezomnotho kulomndeni ngokuthi lithathe lonke iholo likaRosie ebhange njalo makungena umholo wakhe ngokuphela kwesonto. uStandard Bank awuzange ukhulume noRosie ucele imvume yakhe noma uxoxisane naye ngesikhathi usuqale uthatha lezizimalli; uvele-nje wathatha imali ekwiakhawubnti yakhe njengamaqili adume njengezigcwelegcwele ezintshontsha izimali zabantu emabhange.

URosie wayengazi ngoMthetho Ovikela uMthengi (phecelezi iConsumer Protection Act) kanye neminye imithetho echaza ukuthi ukwenza kanje kungubugebengu futhi kwapela izinyanga eiziyisithupha engakwazi ukondla, ukugqokisa, ukuvakashela, ngisho noma ukufonela indodakazi yakhe. Impilo kaZoe kanye nekagogo wakhe yaqala yaba sesimweni esingagculisi kakhulu. Njengoba wonke umuntu azi, ukudla okunempilo kubalulekile kubantu abaphila negciwane lengculazi, ikakhulukazi uma sebedla imishanguzo. Isisindo somzimba kaZoe sehla safinyelela ku35kg futhi walal izihlandla ezimbili esibhedlela.

URosie uthi isimo sesiqal ukuba ngcono futhi usekwazile ukukhokha iningi lemali yesikweletu sakhe futhi usekhululekile ukuthi uStandard Bank usethatha cishe amaphesenti angu60 eholo lakhe langesonto esikhundleni sokuthatha yonke imali. Uthemba ukuthi uZoe kanye nogogo wakhe bazophumelela. Umfowabo futhi uzama ukusiza umndeni noma-ke engasebenzi.

URosie akakwazi ukuyisa lelibhange enkantolo ngoba umqashi wakhe ngeke amkhokhele ngesikhathi asuke ezobe engekho ngaso emsebenzini ukuze zune usizo lwabezomthetho . Ngakho-ke kufanele amukele ukuthi umndeni wakhe ungomunye wezakhamizi zaseNingizimu Afrika eziyizigidi eziyishumi nanye ezisezikweletini kakhulu abayizisulu zodlame lwezomnotho. Uma uZoe angase afe, uStandard Bank, empeleni uyobenegazi ezandleni zakhe, kodwa bambalwa abangakuhlanganisa lokho phakathi kwesimo samanje sezomnotho kanye nesezombusazwe ezibhebhethekisa lokukuxhashazwa okungaka.

Lengcindezeki engaka edalwa yilezi zenzo yabonakala kahle ngokusobala ngonyaka ka2012, lapho izinkulungwane zabasebenzi basembonini yezokumbiwa phansi ababengapahsni kwengcindezi, bekhokhelwa amaholo aphansi futhi benezikweletu eziningi, ngesikhathi bebhikilisha befuna iholo elingabaphilisa likaR12 500 ngenyanga, benqaba ukubuyela emuva futhi bakhetha ukubhekana nezinhlamvu zezibhamu zamaphoyisa ngesikhathi bezama okokugcina ukubalekela ukuklinyeka ababephila ngapahnsi kwakho ngezimali ababezikweleta omashonisa. Izikweletu zabasebenzi basembonini yokumbiwa phansi baseMarikana, futhi okuyimpilo esiphilwa ngabaningi abayizakhamizi zaseNingizimu Afrika, sekuyimpilo ebeka ukuphila kwethu engcupheni.

Ukubolekisa okunobudedengu, inzalo engenamqondo ngobukhulu bayo, emva kokuhamba kwesikhathi , kunyusa ngendlela engakholeki imali eyayikade ibolekiwe, kanye nezindlela ezinesihluku zokubuyisela lemali emuva kubabolekisi njegokusatshiswa ngezomthetho kanye nokuhlushwa njalo ezincingweni, kanye nokungawuhloniphi umthetho – kuyobonakala odabeni lukaRosie – futhi kukhombisa umkhuba wobugebengu ukwenza kanje Kwamabhange Amakhulu. Lemikhuba kanye nemiphumela yawo, kudelela wonke amazing emiphakathi kanye nezimeko zethu zokuphila – kusukela kwezempilo zethu zezemvelo, njengoba kubonakala ngokuqhubeka kweBhange Lomhlaba ukuthi liqhubeke nokuxhasa ngezimali izinhlelo zokuphahla amandla kagesi ngendlela engcolisa umoya njengsizinda samandla kagesi iMedupi; ukuqhubela phambili ukungalingani ngobulili, eSwazini imali esanda kubolekwa ‘yokunika izintombi nto’ ukuze kuliwe nokuthelelana ngesifo sengculaza kumantombazane asemancane; ekusabalaleni kobugebengu kanye nokubola komphakathi - izandla ezingcolile zamaBhange amaKhulu zitholakala zibhace ngemuva.

Abaningi balezizigidi eziyishumi nanye abayizakhamizi zaseNingizimi Afrika abaphila ngaphansi kwalengcindezi bangagcizelela ukuthi amabhange amakhulu athanda kabi ukuziba noma ukungabhekani nemithetho evikela abathengi efana noNational Credit Act, neJust Administration Act kanye neConsumer Protection Act, okuholela ekuxhazwenki kakhulu kwamalungelo omthethosisekelo kanye nawesintu. Ezimweni ezimbi kakhulu njengsigameko saseMarikana najengo daba lukaZoe, lokhu kuxhashazwa kubonakala kuholela , uma kungekhona ukuza ukubulala, kodwa-ke udlame olukhulu ngezomnotho.
Noma inkulumo esikhathele yokuxokiza yomholi weqembu lamaKhomanisi laseNingizimu Afrika uBlade Nzimande ngesikathi kwethulwa ‘’UMfumfu Obomvu’’ kuwo lonyaka ka2014, kanye nokugqoka kweQembu leEconomic Freedom Fighters ephalamende abangakazikhombisi , kanye nezithembiso ezenziwa kwabaholo kangcono (futhi iningi labo okungaba mhlophe) kumawebsites ezinhlangano ezizimele njengeNew Era. izingqinamba zangempela ezibhekene nombuso wezomnotho ohlukumezayo waseNingizimu Afrika azikaphumeli obala.

Akusona isikhathi manje lesi sokuthi ukusetshenziswa kwamandla ngobudlova ngezimali kunqandwe ngendlela ezofaneleka kulabo abayihloniphayo impilo njengelandela ukucebisa vele labo asebevele becile – ngokuthi bakhokhise kakhulu izimali? Akusona isikhathi sokuthi amandla aaaaaaaaabantu aphikisayo amelane nokunyuka kwerandi bese kunsinywa ngezomnotho amabhange amakhulu ngokuthi kucishwe izikweletu zoquqaba. Imboni yezezimali ingenza kahle ukuthi ibhekane nobubi ngaphezu kolaka, ukukhandleka ngomqondo kanye nengcindezi kubantu okubagqilazile njengamanje. Lamandla ngeke ahlale ekhona. Akufanele sibavumele. pambazuka.org

UVanessa Burger uyiDennis Brutus Community Scholar eCentre for Civil Society esesikhungweni semfundo ephakeme eNyuvesi yaKwaZulu-Natal, uyilunga futhi lesifundazwe lenhlangano iDemocratic Left Front noMkhankaso weRight2Know Campaign futhi usebenza ngokusondelana nezinhlangano ezifana neSouth Durban Community Environmental Alliance, uBunye Bamahostel, iPoor Flat Dwellers Movement kanye neKZN Violence Monitor.

Udlame olubulalayo lezomnotho lwamabhange amakhulu
NguVanessa Burger 24 october 2014
Umhumushi nguFaith ka-Manzi

Amabhange aphila ngokuthatha izimali zamazwe nabantu, amabolekis bezimali abangenanembeza kanye nabameli babo, abandiswa isimo esinonophele ngokubi kakhulu songxiwakulu kubantu abaphila ngamzinga aphansi kakhulu abahlwempu eNingizimu Afrika ngaphandle kokwesaba.

Amabhange amunca igazi labantu, ababolekisi ngezimali abangenanembeza kanye namameli babo nabo amamunca igazi labantu, okwandiswa isimo sobungxiwankulu esisabalele, esimunca igazi labantu amaphila emazingeni aphansi eNingizimu Afrika ngaphandle kokusaba umhthetho. Abantu ababalelwa kwizigidi eziyishumi nanye zicwile ezikweletini futhi bayizisulu zodlame lwezomnotho.

Ngaqala ngokuhlangana naye – asimbize ngokuthi uRosie – ngonyaka ka2010. Wayenendodakazi eneminyaka eyishumi nesishagalombili, esizoyibiza ngoZoe, obesedlengulwe izikhawu ezimabalwa ngubaba wakhe kusukela enemimyaka emine, ukuhlukumezeka asale nakho kwamenza waba nokudlidliza okungalawuleki, ukuba nengcindezi kakhulu emphefumlweni, kanye nokunye ukuphazamiseka kakhulu ngengqondo okunhlobonhlobo kanye neokuphila negciwane lengculazi. UZoe ubehlala kude kakhul;u kunoMama wakhe ukuze abe seduze nasesikoleni nasemtholampilo. Njalo ngenyanga, uRosie uphethumela ekhaya ingxenye enkulu yeholo lakhe langesonto elinguR1200 ukuxhasa uZoe kanye nogogo wakhe ngalesosikhathi owayelashelwa iMDR yeTB kanye nokuphila negciwane lengculazi. Emva kokuba uZo, esetsheliwe ukuthi unaleligciwane futhi waqala ukudla imishanguzo, sisimo sakhe sempilo ngokwegqondo kanye nagomzimba saba ngcono kakhulu kanti futhi wenza kakhulu futhi nasezifundweni zakhe esikoleni.

Impilo yayinzima kakhulu kuRosie futhi owayebuye axhase izingane ezimbili kanti futhi holo lakhe lalingakwazi ukumelana nezidingo ezibalulekile. Inani lokuhamba ngezimpelaviki ukuyobheka uZoe kanye nogogo wakhe kwakungasenzeki emva kwesikhathi, uRosie wagcina esethatha imali ebolekiswayo, eyafika ku40,000 wamarandi kwaStandard Bank ukuze akwazi ukondla umndeni wakhe.

Ekuqaleni, uRosie wakwazi ukukhokha njalo ngenyanga ngokusebenza isikhathi esingeziwe embonini encane lapho ayeqashwe khona. Kodwa ngesikhathi lemboni isifaka bonke abasebenzi kwisikhathi esinciphisiwe, impilo kaRosie kanye neyomndeni wakhe yashesha yevela obala.

URosie ungunkosikazi wesibili womsebenzi wasembonini. Noma-ke wayenza konke okusemandleni akhe ukuxhasa uRosie kanye nezingane zakhe, ngisho ezingazalwa uyena, imali kwakudingeka nokuthi futhi ixhase umndeni wakhe osemaphandleni. Ngesikhati-ke nomyeni kaRosie naye esencishiselwa isikhathi sokusebenza, yaqala-ke inkinga.
Engasakwazi ukukhokhela inzalo esinyuke kakhulu yesikweletu okufanele asikhokhele nyazonke, uRosie wavela washesha waselela ngemuva futhi yanyuka nenzuzo. iStandard Bank lase lengezala kusizi olwalunyukela kwezenhlalakahle kanye nezomnotho kulomndeni ngokuthi lithathe lonke iholo likaRosie ebhange njalo makungena umholo wakhe ngokuphela kwesonto. uStandard Bank awuzange ukhulume noRosie ucele imvume yakhe noma uxoxisane naye ngesikhathi usuqale uthatha lezizimalli; uvele-nje wathatha imali ekwiakhawubnti yakhe njengamaqili adume njengezigcwelegcwele ezintshontsha izimali zabantu emabhange.

URosie wayengazi ngoMthetho Ovikela uMthengi (phecelezi iConsumer Protection Act) kanye neminye imithetho echaza ukuthi ukwenza kanje kungubugebengu futhi kwapela izinyanga eiziyisithupha engakwazi ukondla, ukugqokisa, ukuvakashela, ngisho noma ukufonela indodakazi yakhe. Impilo kaZoe kanye nekagogo wakhe yaqala yaba sesimweni esingagculisi kakhulu. Njengoba wonke umuntu azi, ukudla okunempilo kubalulekile kubantu abaphila negciwane lengculazi, ikakhulukazi uma sebedla imishanguzo. Isisindo somzimba kaZoe sehla safinyelela ku35kg futhi walal izihlandla ezimbili esibhedlela.

URosie uthi isimo sesiqal ukuba ngcono futhi usekwazile ukukhokha iningi lemali yesikweletu sakhe futhi usekhululekile ukuthi uStandard Bank usethatha cishe amaphesenti angu60 eholo lakhe langesonto esikhundleni sokuthatha yonke imali. Uthemba ukuthi uZoe kanye nogogo wakhe bazophumelela. Umfowabo futhi uzama ukusiza umndeni noma-ke engasebenzi.
URosie akakwazi ukuyisa lelibhange enkantolo ngoba umqashi wakhe ngeke amkhokhele ngesikhathi asuke ezobe engekho ngaso emsebenzini ukuze zune usizo lwabezomthetho . Ngakho-ke kufanele amukele ukuthi umndeni wakhe ungomunye wezakhamizi zaseNingizimu Afrika eziyizigidi eziyishumi nanye ezisezikweletini kakhulu abayizisulu zodlame lwezomnotho. Uma uZoe angase afe, uStandard Bank, empeleni uyobenegazi ezandleni zakhe, kodwa bambalwa abangakuhlanganisa lokho phakathi kwesimo samanje sezomnotho kanye nesezombusazwe ezibhebhethekisa lokukuxhashazwa okungaka.

Lengcindezeki engaka edalwa yilezi zenzo yabonakala kahle ngokusobala ngonyaka ka2012, lapho izinkulungwane zabasebenzi basembonini yezokumbiwa phansi ababengapahsni kwengcindezi, bekhokhelwa amaholo aphansi futhi benezikweletu eziningi, ngesikhathi bebhikilisha befuna iholo elingabaphilisa likaR12 500 ngenyanga, benqaba ukubuyela emuva futhi bakhetha ukubhekana nezinhlamvu zezibhamu zamaphoyisa ngesikhathi bezama okokugcina ukubalekela ukuklinyeka ababephila ngapahnsi kwakho ngezimali ababezikweleta omashonisa. Izikweletu zabasebenzi basembonini yokumbiwa phansi baseMarikana, futhi okuyimpilo esiphilwa ngabaningi abayizakhamizi zaseNingizimu Afrika, sekuyimpilo ebeka ukuphila kwethu engcupheni.

Ukubolekisa okunobudedengu, inzalo engenamqondo ngobukhulu bayo, emva kokuhamba kwesikhathi , kunyusa ngendlela engakholeki imali eyayikade ibolekiwe, kanye nezindlela ezinesihluku zokubuyisela lemali emuva kubabolekisi njegokusatshiswa ngezomthetho kanye nokuhlushwa njalo ezincingweni, kanye nokungawuhloniphi umthetho – kuyobonakala odabeni lukaRosie – futhi kukhombisa umkhuba wobugebengu ukwenza kanje Kwamabhange Amakhulu. Lemikhuba kanye nemiphumela yawo, kudelela wonke amazing emiphakathi kanye nezimeko zethu zokuphila – kusukela kwezempilo zethu zezemvelo, njengoba kubonakala ngokuqhubeka kweBhange Lomhlaba ukuthi liqhubeke nokuxhasa ngezimali izinhlelo zokuphahla amandla kagesi ngendlela engcolisa umoya njengsizinda samandla kagesi iMedupi; ukuqhubela phambili ukungalingani ngobulili, eSwazini imali esanda kubolekwa ‘yokunika izintombi nto’ ukuze kuliwe nokuthelelana ngesifo sengculaza kumantombazane asemancane; ekusabalaleni kobugebengu kanye nokubola komphakathi - izandla ezingcolile zamaBhange amaKhulu zitholakala zibhace ngemuva.

Abaningi balezizigidi eziyishumi nanye abayizakhamizi zaseNingizimi Afrika abaphila ngaphansi kwalengcindezi bangagcizelela ukuthi amabhange amakhulu athanda kabi ukuziba noma ukungabhekani nemithetho evikela abathengi efana noNational Credit Act, neJust Administration Act kanye neConsumer Protection Act, okuholela ekuxhazwenki kakhulu kwamalungelo omthethosisekelo kanye nawesintu. Ezimweni ezimbi kakhulu njengsigameko saseMarikana najengo daba lukaZoe, lokhu kuxhashazwa kubonakala kuholela , uma kungekhona ukuza ukubulala, kodwa-ke udlame olukhulu ngezomnotho.

Noma inkulumo esikhathele yokuxokiza yomholi weqembu lamaKhomanisi laseNingizimu Afrika uBlade Nzimande ngesikathi kwethulwa ‘’UMfumfu Obomvu’’ kuwo lonyaka ka2014, kanye nokugqoka kweQembu leEconomic Freedom Fighters ephalamende abangakazikhombisi , kanye nezithembiso ezenziwa kwabaholo kangcono (futhi iningi labo okungaba mhlophe) kumawebsites ezinhlangano ezizimele njengeNew Era. izingqinamba zangempela ezibhekene nombuso wezomnotho ohlukumezayo waseNingizimu Afrika azikaphumeli obala.

Akusona isikhathi manje lesi sokuthi ukusetshenziswa kwamandla ngobudlova ngezimali kunqandwe ngendlela ezofaneleka kulabo abayihloniphayo impilo njengelandela ukucebisa vele labo asebevele becile – ngokuthi bakhokhise kakhulu izimali? Akusona isikhathi sokuthi amandla aaaaaaaaabantu aphikisayo amelane nokunyuka kwerandi bese kunsinywa ngezomnotho amabhange amakhulu ngokuthi kucishwe izikweletu zoquqaba. Imboni yezezimali ingenza kahle ukuthi ibhekane nobubi ngaphezu kolaka, ukukhandleka ngomqondo kanye nengcindezi kubantu okubagqilazile njengamanje. Lamandla ngeke ahlale ekhona. Akufanele sibavumele. pambazuka.org

UVanessa Burger uyiDennis Brutus Community Scholar eCentre for Civil Society esesikhungweni semfundo ephakeme eNyuvesi yaKwaZulu-Natal, uyilunga futhi lesifundazwe lenhlangano iDemocratic Left Front noMkhankaso weRight2Know Campaign futhi usebenza ngokusondelana nezinhlangano ezifana neSouth Durban Community Environmental Alliance, uBunye Bamahostel, iPoor Flat Dwellers Movement kanye neKZN Violence Monitor.

 cast your net a little wider...
 Radical Philosophy 
 AFRICAN ENVIROMENTAL JUSTICE DOCUMENTARY FILMS 
 African Studies Association (USA)  
 New Dawn Engineering 
 Wikipedia 
 Indymedia Radio 
 Southern Africa Report online 
 Online Anti Apartheid Periodicals, 1960 - 1994 
 Autonomy & Solidarity 
 New Formulation 
 We Write 
 International Journal of Socialist Renewal 
 Theoria 
 Journal of African Philosophy 
 British Library for Development Studies 
 The Nordic Africa Institute Online Library 
 Political Economy Research Institute Bulletin (PERI) 
 Feminist Africa 
 Jacques Depelchin's Tribute to Harold Wolpe 
 Chimurenga 
 African Studies Quarterly 
 The Industrial Workers of the World 
 Anarchist Archives 
 Wholewheat Radio 
 Transformation: Critical Perspectives on Southern Africa  
 Zanon Workers 
 Public Citizen  
 Open Directory Project 
 Big noise films 
 London Review of Books  
 New York Review of Books 
 Monthly Review 
 New Left Review 
 Bureau of Public Secrets  
 Zed Books 
 Pluto Press 
 Duke University Press  
 Abe Books 
 The Electric Book Company 
 Project Guttenberg 
 Newspeak Dictionary 
 Feral Script Kiddies 
 Go Open Source 
 Source Forge 
 www.kiarchive.ru 
 Ubuntu Linux Home Page 
 Software for Apple Computers 



|  Contact Information  |  Terms of Use  |  Privacy